Ntencane Wabulala Umuzi Mp3 Download

Ntencane unveils the official audio for the track titled Wabulala Umuzi.

Stream and Download “Ntencane – Wabulala Umuzi” song.

Download Audio

Wabulala Umuzi – Ntencane Lyrics

Ngehlelw’ inkinga laph’ ekhaya
Ngathath’ umuntu ngizomganisa
May’fik’ ekhaya ubona abafana
Akasaqom’ uyehlula manje

Ngehlelw’inkinga laph’ ekhaya
Ngathath’umuntu ngizomganisa
May’ efik’ ekhaya uzidlel’ utshwala nje
Akasabheng’ ulala khona

Uma ngithi ngyamkhuza
Uvele angitshele inkinga yodwa nje
Athi wangithola nginjena mina
Futhi ngek’ usangishintsha

Nase khaya bayangazi
Ukuthi ngiyay’ phuzela mina
Nawe wang’thola nginjena mina
Futhi ngeke sangishintsha

Okush’ ukuthi ngadlal’ umkhwe wami
Nomkhwekazi behlangene ngami
Bang’thengisela ingulube isesakeni
Ngoba baz’ ukuthi angazi lutho ngayo

Ngehlelw’inkinga laph’ekhaya
Ngathath’umuntu ngizomganisa
May’efik’ekhaya ubona abafana
Akasaqom’ uyehlula manje

Waqed’ismilo wabulala umuzi x3
Ismilo wabulala umuzi
Saphela nya

Nani mabhungu ngyanixhwayisa
Uma usafun’ ukuthath’ umakoti
Kubalulekil’ ukulandela iphepha
Kuze wazi kahle ngaye

Waqed’ismilo wabulala umuzi x3
Ismilo wabulala umuzi
Saphela nya

Nami ngangithi ngivus’umuzi
Nami ngangithi ngiyazama
Kanti ngithath’umuntu ongafundisekile
Uye wangenzel’ amahlazo