Intaba Yase Dubai Ngiyamthanda Lyrics

Baba nomama wami aningiyekeleni
Ngoba ngiyamthanda
Baba nomama wami aningiyekeleni
Ngoba ngiyamthanda
Baba nomama wami (ohha)
Aningiyekeleni (ohha)
Ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ngayikhethela)
Baba nomama wami (ohha)
Aningiyekeleni (ohha)
Ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ngayikhethela)
Ngoba ngiyamthanda (ohha)
Ngoba ngiyamthanda (ohha)
Ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ngayikhethela)
Ngoba ngiyamthanda (ohha)
Ngoba ngiyamthanda (ohha)
Ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ngayikhethela)

Bazali bami ningixolele nami angizenzi
Nami ngilawulwa Inhliziyo
Ikhalisa isginci ngidansele yona
Baba nomama wami
Njengoba nani nangizala nibabili
Ngicela ningipheni ithuba
Nami owami umuzi ngizakhele wona
Engingakusho ngimthandile
Kulomzuzwana ngimazile
Nhliziyo yami uyithathile
Nhliziyo yami isikhulumile
Ithi, Umathandana wami lona
Umathandana wami lona
Umathandana wami
Umathandana wami

 

Baba nomama wami aningiyekeleni
Ngoba ngiyamthanda
Baba nomama wami aningiyekeleni
Ngoba ngiyamthanda
Baba nomama wami (ohha)
Aningiyekeleni (ohha)
Ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ngayikhethela)
Baba nomama wami (ohha)
Aningiyekeleni (ohha)
Ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ngayikhethela)
Ngoba ngiyamthanda (ohha)
Ngoba ngiyamthanda (ohha)
Ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ngayikhethela)
Ngoba ngiyamthanda (ohha)
Ngoba ngiyamthanda (ohha)
Ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ngayikhethela)

 

Ngathi sengiyabona
Sewugijima lonke igceke
Sengihambe ngibakhomba
Ngithi naba bafwethu baphakele ma
Lapho iyinkomo seyiphumile zonke
Usuwumakoti wasekhaya ngokusemthethweni
Sebekuthele ngenyongo
Manje sifuna i-steb sasemshadweni
Esithi umathandana wami lona
Umathandana wami lona
Umathandana wami
Umathandana wami
Umathandana wami lona
Umathandana wami
Umathandana wami
Engazikhethela yena

Baba nomama wami aningiyekeleni
Ngoba ngiyamthanda
Baba nomama wami aningiyekeleni
Ngoba ngiyamthanda
Baba nomama wami (ohha)
Aningiyekeleni (ohha)
Ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ngayikhethela)
Baba nomama wami (ohha)
Aningiyekeleni (ohha)
Ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ngayikhethela)
Ngoba ngiyamthanda (ohha)
Ngoba ngiyamthanda (ohha)
Ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ngayikhethela)
Ngoba ngiyamthanda (ohha)
Ngoba ngiyamthanda (ohha)
Ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ngayikhethela)

Ohha
Ohha
Ngiyamthanda ngayikhethela

Download Audio