Rapper Big Zulu made a deliberate attempt to ruffle the feathers of Hip Hop heavyweights in Mzansi through the song titled 150 Bars, and it has worked thus far.
Lyrics:
Ke hip-hop dawg
Ayi, shun wenkabi
Ay awuthi siyizwe stallion sekonakele
Ke hip-hop dawg
Asengenile amanzi endlini mfo kaMgule
Ayikho into ezakwenziwa sebebhedile
Ufuseg akabr ufusegi ke manje angeke
Sisabuyela emuva
Ay’khaleke konakele ke manje
Ayi inkabi Nation manje ngeke ngibingelele
Senizongithola ngaphakathi ngiginqa indoda ingalindele
Ibhekane nenkabi ngeke iphume ingalindele
Ithi izo save hip-hop iy’saver njani nayo iy’fele
Inkabi ingaphakathi ayibingeleli ayisaqoqothi
Umfan’ uyodlala nowabo ushun wenkabi
Awusatotosi
Ng’khule iy’nsizwa ziboshiwe kulelizinga
Asisankokothi
Nina ni jwayel’ iPiano la kusho iHip-hop as’kokodi
Woz’ eNkabi mawufuna iBeef uzofika itaFula lidekiwe
Unlale wazi may’ ngakuhlula uzophuma Ingozi sik’gqemile
Uthi sibonela kuwe upheth’ iGame, usudakiwe
Family tree ishlahla sensangu, yin’ engathi usubhemile
Okay anqigale ngawe Ngoba ngathi usuyaSpeeda
Use mncane mufasa Kim’ awuhlukile no Simba
Ayi’khale may’khala lakim’ akekhi ozongithinta kule industry sengi famous ngiwu Nkulunkuly niyangidumisa
Uzoli ma nobaba ang’saze ngathuka iFamily
Kuleli hlathi ngiwuthazane ngisadlala namabhubesi
Ngiqinisa abafana sebenomqondo wena thekeni
Ama las kom rapper iSkinny jean sekunoluvela iphenti
I’m a Zulu man with the power angisakhulum ngo Nasty C
iFlow kini iTotal kom rapper kukhphuka iBP akekho ongang’ thinta ngingangitsheli ngo stogie T
IMercedes isentanyeni kodw’ ama garage eEmpty
Hip-hop iphethwe inkabi usomaTekisi ithini iClock
Nijuthwa ifacebook no Tweeter bathi nidumile Ko TikTok
Nikhuluma kakhulu ngathi ninokugqoka iy’kinny top
Kukhon’ obhadalelwa ukushayna nikhala kamnand’ njengo slik talk
Ubani uStogie T Uye wenzani savuka sezwa
Umkhonto Kim usesandleni isdudla ngis’ shiyo siphethe inxeba
Ngidla amaBars ung’dlela umona ingulube inginonete
Isdudla sino kufana nebhola, I wouldn’t mind ukuk’khahlela
Kunzima ukufica inkabi bafana sekuyakhuphukela sikhipha amaHit everyday anofika sonicobelela
Bhayiziswa amaComment angabe’nje Niya
Concentrated Ngoba iGame ibuzwa kim engathi
Kuhiphop ngiyi commentator
Nithi uzulu akasaRap, kanti nikhuluma amango
Ngaqala ukuRapper nibancane, nanisathi ihyami’ inama
Indlala iBanga ulaka Kant ulaka lubanga indlala
Sinemali eningi siya Dubai 3:7 ukubona intaba
Ngikhuluma lezindaba Ngoba akekho engimsabayo
Angibuze ukhona ogolozayo noma nje ongigolombayo
Ngeke nibhekane NAMI nonke nje nizingane ey’khasayo
Bathi niFly ngibon’ iy’impiko ngathi nibaningi eniphaphayo
Ngiphendule iRap iRank ukhona ofuna ukuthini
NgiQasha uCassper noKwesta ntambama ngifuna ichecking
Usomatekisi onemali, vele nginemali eningi
I’m ambitious and hungry ngilama ngidle
Ama artists
Yanzima lendaba, inkabi ibulala amajaha
Atekho ongngithinta ngeke umthinte umunta umsaba
Kwakhala umadala wathi la kuShuni akudlalwa ulambile ufuna iBeef eNakabi asinayo iDeal yendlala
Ushuni wenkabi awuncengi, nginiqonda nqo anginincengi
Maningazwanga ukuthi ngithini ansondela nje anginihlebi
Iblukwe iStallment alingixegi inaba yoskrrrskrrr angiyi ngeni
i100k iPerformance ningangitsheli ngabo25k hip-hop will die when you say so, you will die when I say so
Kufa kwakho kuyaTrenda ngathi icala lakasenzo
RIP King Pro, Ricky Rick Makhado
Angidali when it’s cash time ngakubheka uthola iK.O
Mina ngiyiNkalakatha ushuni wenkabi
Inxakanxaka
Basukele ingadlangadla iskhondlakhondla inyakanyaka
Wena K.O uyiqhakaqhaka, ngakucela ifeature wangishayashaya
Ngakugcina ythatha iz’ngane zeskole wawudume ngeCaracara
Wena stogie T Lana asikhi iOver seas
Maleslungu sakhi esingapheli ungaidaleli ishithiphithi
Omunye ngamcela ifeature wathi ngiyabanda ngindikindiki
Bheka manje ubanda moo wagcina iHit nge Tsikitsiki
Bafana nigcwele ukuphapha ozongiphendula ngidonsa impama
Ninganitshelu ngesphukuphuku uNota anginaso iskhathi sohlanya
Akaphilile loyo ekhanda angasukela Nkosi yohlanga
Ufuna iBeef ngikuniko inkomo engakadliwa ngathi eyentombi yomhlanga
Manje ngisese under ground, inkabi isakhothwa ngamadlozi
Khuza om’Rapper amaGold-digger ngisengaba gubhela umgodi
U’AKA no’K.O ngagcina nithi niRunner ijozi
Nigijimaphi Ngoba asini boni, kwaphela iComrade manaton
Hip-hop ikude ukufa mangisasekhona, ikude ukuphupha om’Rapper ngibalalisa phansi
Sweet dreams bakude ukuvuka, ngi under ground ngikude ukubuya
iFlow imanzi bakude ukuvutha, ngivala
NgamaBars ngeke kulooi we angiyena uzuma sengiqedile nge old school ngingena kuNew school wena
Outro